Impi Yabomdabu Isethunjini by JC Buthelezi

R240.00

+ Free Shipping
Category:

Lena inoveli ikhuluma ngemfundo kanye nenhlalo emndenini. Umbhali ubhale ngemfundo emva kokuba iNingizimu Afrika isizuze inkululeko. Uthi aqhathanise ukufunda okuzuzwe abasemadolobheni ekuqhathanisa nabasemakhaya. Nakuba lo mndeni umbhali abhale ngawo kungumndeni owodwa kepha abanye bathi uma sebefundile babukele amanye amalungu omndeni phansi ngoba sebezibona bengcono. Laba abahlala endaweni esemakhaya bona ukufunda kwabo kuthela izithelo ngoba benza umehluko omkhulu empilweni yomndeni wabo kanye nasemphakathini ngokubanzi. Umbhali ugqamisa ukuthi uma uzimisele ukwenza into ethile uyaphumelela noma ngabe zingakanani izihibe ezisendleleni yakho. Le noveli inika ithemba futhi iyakhuthaza. Imuva lakho alisoze lacaba indlela yakho ebheke phambile kepha umuntu. Le noveli iqukethe: Isingeniso esinolwazi olujulile; Imibuzo yamazinga ahlukene ukuze umfundi akwazi ukuzwisisa kangcono indaba. This book is about a divided family.

Reviews

There are no reviews yet.

Be the first to review “Impi Yabomdabu Isethunjini by JC Buthelezi”

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Shopping Cart