AbakwaNkosi, Ndlangamandla, neNkosi uMkhunjini kaNqabeni kaZwelifayo by A.H. Nkosi

R250.00

+ Free Shipping
Category:

“Ngifune itshe likamama lokugaya kanye nembokodo yalo emanxiweni akithi, ezaleni lomuzi lapho kulele khona yona intombi kaDlamini, ukaNkulankula kaNobhakada, kaBhukwana, kaNgwane iNgonyama yamaSwazi. Nantiya ithuna lakhe, nantiya eduze kwelikamkhulu, onguyisezala wakhe, naziya
iziza zezindlu zonkana zomuzi owawumukhulu, nasiya nesiza sesibaya sezinkomo, nasiya nesesibaya samathole, nasiya nesesibaya sezimbuzi. Kodwa lutho ukulithola itshe likamama ayengigayela kulo umcaba wamabele. Kubalulekile ukuthi isizwe nesizwe sikwazi ukulonda amagugu aso ukuze izizukulwane ezizayo ziyokwazi ukusizakala kalula. Nani-ke boNkosi nginiphonsela inselelo kulokhu.”

Reviews

There are no reviews yet.

Be the first to review “AbakwaNkosi, Ndlangamandla, neNkosi uMkhunjini kaNqabeni kaZwelifayo by A.H. Nkosi”

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Shopping Cart