Le noveli ixoxa ngowesifazane wasemakhaya ogcina eseyeka isikole
ngenxa yokulokhu ezale izingane esafunda, lo wesifazane elokhu ezalela umuntu azitshela ukuthi uyamthanda. Simthola esezifake emshadweni ongenalo uthando ngenxa yezinqumo azithathe engacabangisisanga kahle.
Ekugcineni uzithola esehlupheka futhi ehlukumezeka ngendlela eshaqisayo.
Mfundi, ngena phakathi ukuze ugwema izinkinga zangomuso.
Ubuhlungu Obungaphuma Gazi by Nomathemba Mncube
R180.00
+ Free Shipping
Reviews
There are no reviews yet.