Ngazigwaza Ngowami by Phakamini Mthethwa

R150.00

+ Free Shipping
Category:

UThembelihle unkosikazi ohleze esekhaya; owakhe umsebenzi ukunaka ebaleni nasendlini, kanye nokunakekela indoda yakhe esebenza kanzima ukuze bazophila. Umshado wabo uthanda ukuba munyu ngesimanga sokungabatholi abantwana. Bazama beze behlanze ngedela.  Kusendaweni yasemakhaya, inhlonipho isahamba phambili, kepha uVelabahleke uzithola ethatheka kuKaSibeko  omhwibiza agcine elingekile  ngesimanga somzwangedwa awuzwayo esele emini  yedwa ekhaya. Kunzima ukukhothamela izinkosi ezimbili kodwa ekugcineni kwamele  ibeyinye ozwi layo lizwakala.

Reviews

There are no reviews yet.

Be the first to review “Ngazigwaza Ngowami by Phakamini Mthethwa”

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Shopping Cart