Sale!

IsiZulu upcoming author special by Siyabonga Ndwandwe

Original price was: R580.00.Current price is: R450.00.

+ Free Shipping
Category:

Wena Mbhali osafika kule ndima okanye osafisa ukungena, zitholele nazi izincwadi zontathu, zibhalwe ngesiZulu esimtoti esijulile kepha esinemba kuzwakale.  Abantu abaningi bangena endimeni yokubhala bengenalwazi nokwenza abanye bagcine sebexhaphazeka kalula ngoba befuna udumo.

IsiZulu Study Guide- senzelwe wena uzosisheba ngazo zombili izincwadi enye yazo ethi:  ‘Uyibhala kanjani incwadi?’ kanti enye ithi ‘Shicilela Kalula!’

Lezi ziwumhlahlandlela okuthi uma kushicilelwa incwadi, yini ongayilindela wena njengoMbhali kanti futhi kwamele kanjani ukuze indaba yakho izozwakala kahle.

Zontathu sizokuthumelela zona, siyabonga ukusixhasa!!

 

Ngiyakhumbula on my first debut novel ethi ‘Izinto Zimane Ukwenzeka’  kwakungelula, ungayibheka to your nearest library if in Gauteng and KZN.

Reviews

There are no reviews yet.

Be the first to review “IsiZulu upcoming author special by Siyabonga Ndwandwe”

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Shopping Cart