UMbhali naye unguSomabhizinisi

R160.00

+ Free Shipping
Category:

Umbhali esesebhizinisini kwamele aqikelele lokhu:

1. Uyakwazi ukubala inzuzo engenayo kanjalo nezindleko.
2. Izinkontileka akazisayine esekulungele okungenani athole usizo
kummeli.
3. Akakwazi ukudayisa nokuthi amakhasimende aphathwa kanjani.
4. Ukuthi unguMbhali akusho lutho kepha akazithuthukise ngokufunda
ezinye izincwadi ezakhayo.
5. Akhuthale futhi kube nomuntu ozosondelana naye ozokwazi
ukwengamela lokhu uma esengasekho emhlabeni.
6. Angakhohlwa umndeni ngoba ebunzimeni, ekujabuleni,
nasengcindezeni, yiwona ongahle umtakule.
7. Akajwayelane nemithetho yokusebenza kwamabhizinisi
aseNingizimu Afrika.

Reviews

There are no reviews yet.

Be the first to review “UMbhali naye unguSomabhizinisi”

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Shopping Cart