Umbimbi Nababulali by EB Maphumulo

R220.00

+ Free Shipping
Category:

Umbimbi nababulali yinoveli edingida ngezindikimba ezahlukene ezithinta ukuhlalisana emndenini.
Ukuhlukumeza kwabantu besifazane ngokomphefumulo kuhlala obala lapho usokhaya efulathela
umuzi wakhe eshiya unkosikazi nezingane. Ukhwantalal yilona oludonsa indaba kuze kuphume
umphefumulo. Okunye okugqama kakhulu udlame oluvuka ematekisini olubhekiswe kumninitekisi
kodwa lugcine luchaphazele nabagibeli. Ukuqhuma kwesibhamu kuvela njengomkhokha osekude
ukunqobeka ezweni lonke. Konke okuvela endabeni kugoqeke ndawonye kwaveza uzungu
olucoboshise abantu abathize. Umbuzo osele owokuthi kungabe izinhloso zababulali zizofezeka yini.

Reviews

There are no reviews yet.

Be the first to review “Umbimbi Nababulali by EB Maphumulo”

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Shopping Cart