Abantu besifazane kokuningi: kusukela ebusheni babo beze begogode ebufazini. Kunabantu besifazane namuhla abahamba nezibazi emphakathini, kanti ebusuku iminjunju idlala ngabo. Abanakiwe, ngisho emizini yabo, izwi labo alaziwa nhlobo, babodwa abanye abadlenguliwe ngesimanga sokuthi bakhule behamba behlala ekubeni oyise babahlanza, babahlamuka ngoba onina bengasathandani nabo. Babodwa kakhulukazi abesimanjemanje abagijimisa ingcebo ekubeni amadoda abo engazi; bashonaphi abafazi beqiniso njengokuthatshathwa kwabo benziwa abafazi? Udlame olusemphakathini luzophela kanjani ekubeni abanye besifazane bengathembekile kubayeni babo? Isiphi isizwe esizosakha lapho ngisho umfazi ekhohlwa indawo yakhe nokwangemvelo?





Reviews
There are no reviews yet.