Umdlalo Izishingishane Zothando ukhuluma ngendikimba engasoze yabuna. Uthando iyona ndikimba enkulu engasoze yabuna. Uthando iyona ndikimba enkulu yalo mdlalo wesiZulu. Kule ncwadi sithola uNqobile noMlamuli bethandana ngolweqiniso, kwala ngisho imbangi iphazamise , kodwa uthando lwabo luqonga kakhulu kunakuqala. UDumazile uzama ngazo zonke izindlela ukucija itulo lokubulala uNqobile ukuze anqobe inhliziyo kaMlamuli, kodwa konke akuphumeleli.
Izishinginshane Zothando by Phumzile Kunene
R170.00
+ Free ShippingAvailability: 5 in stock





Reviews
There are no reviews yet.